Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 7:11 - IsiZulu 2020

uSimakade wathi kuMose: “Yilowo nalowo mholi uyakunikela ngomnikelo wakhe ngosuku lwakhe, ube ngowehlukaniselwe ukubusiswa kwe-althare.”

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

UJehova wathi kuMose: “Izikhulu ziyakunikela ngomnikelo wazo, yileso naleso ngosuku lwaso, ube ngowahlukaniselwa kwe-altare.”

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

UJehova wathi kuMose: “Bayakunikela ngomhlatshelo wabo wokwahlukanisela i-altare, yilowo nalowo isikhulu ngosuku lwaso.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 7:11
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Abaholi baletha futhi iminikelo yokungcweliswa kwe-althare ngosuku olwalumiselwe lokho. Abaholi bayiletha iminikelo yabo phambi kwe-althare,


Ngosuku lokuqala uNaheshoni, indodana ka-Aminadaba wesizwana sakwaJuda, waletha umnikelo wakhe.


ngokuba uNkulunkulu akasiye owesiphithiphithi, kodwa ungowokuthula, njengokuba kunjalo kuwo wonke amabandla abangcwele.


Kepha konke makwenziwe kahle nangendlela ehlelekile.


Noma mina siqu sami ngingekho phakathi kwenu, kodwa nginani ngomoya, ngiyathokoza uma ngibona ukuhleleka kwenu nokuqina kokukholwa kwenu kuKhristu.