“ ‘Aniyukuzigcaba emizimbeni yenu ngenxa yabafileyo; aniyukuqopha mibhalo emabalabala kuyo; nginguSimakade.
UNumeri 6:6 - IsiZulu 2020 Akayukusondela esidunjini ngazo zonke izinsuku esengumnaziri kaSimakade. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Zonke izinsuku engumNaziri kaJehova akayikusondela esidumbini. Contemporary Zulu Bible 2024 Zonke izinsuku azahlukanisela ngazo uJehova, kayikusondela kofileyo. |
“ ‘Aniyukuzigcaba emizimbeni yenu ngenxa yabafileyo; aniyukuqopha mibhalo emabalabala kuyo; nginguSimakade.
akayukungena lapho kunofileyo khona, akayukuzingcolisa ngisho nangoyise noma unina imbala.
Akayukuphuma endaweni engcwele, akayukuyihlambalaza indawo kaNkulunkulu wakhe engcwele, ngokuba ukungcweliswa kwamafutha okugcoba kaNkulunkulu wakhe kuphezu kwakhe; nginguSimakade.
Kanjalo thina kusukela manje, asisazi muntu ngokwenyama; nakuba besimazi uKhristu ngokwenyama, nokho manje asisamazi.