Uma indoda yakhe iba nesikhwele ngomkayo ozingcolisile, noma ifikelwe yisikhwele ngomkayo ongazingcolisanga,
UNumeri 5:30 - IsiZulu 2020 nalapho indoda ivukwa yisikhwele, iba nesikhwele ngomkayo: iyommisa owesifazane phambi kukaSimakade, umphristi enze kuye konke okubalulwa yilo mthetho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE noma lapho indoda ifikelwa ngumoya wesikhwele, ibe nesikhwele ngomkayo; khona iyakumbeka owesifazane phambi kukaJehova, umpristi agcine wonke lo mthetho kuye. Contemporary Zulu Bible 2024 Noma uma kufika kuye umoya wesikhwele, abe nesikhwele ngomkayo, amlethe owesifazane phambi kukaJehova, umpristi enze kuye wonke lo mthetho; |
Uma indoda yakhe iba nesikhwele ngomkayo ozingcolisile, noma ifikelwe yisikhwele ngomkayo ongazingcolisanga,
“ ‘Yilona umthetho wesikhwele, uma umfazi ephambukile esephansi kwendoda yakhe, wazingcolisa,