“Injena-ke indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, bese esula umlomo wakhe, athi: “Angenzanga okubi.”
UNumeri 5:13 - IsiZulu 2020 alale nenye indoda, immithise, kufihleke endodeni yakhe, futhi angabanjwa, uzingcolisile, noma ngabe akukho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga egila lo mkhuba. IBHAYIBHELI ELINGCWELE alale nenye indoda kusithekile emehlweni endoda yakhe, kufihlwe, angcoliswe, kungekho fakazi nokho ngaye, futhi engabanjwanga, Contemporary Zulu Bible 2024 Futhi indoda yalala naye, futhi kufihliwe emehlweni endoda yakhe futhi kugcinwe eduze, futhi ungcolile, kungekho fakazi ngokumelene naye, futhi akathathwanga ngokulunga; |
“Injena-ke indlela yowesifazane ophingayo: uyadla, bese esula umlomo wakhe, athi: “Angenzanga okubi.”
Ithathe isikhwama semali ngesandla; iyoze ibuye ekhaya ngokudilingana kwenyanga.”
Nethembele enkembeni yenu, nenza izinengiso; ningcolisa, kube yilowo nalowo umkamakhelwane wakhe. Pho-ke niyakulidla kanjani izwe libe yifa lenu na?” ’
“ ‘Umuntu ophinga nomfazi womunye, nomuntu ophinga nomfazi kamakhelwane wakhe, labo abaphingileyo bayakubulawa.