Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 4:9 - IsiZulu 2020

“Bayakuthatha indwangu eluhlaza okwesibhakabhaka, bamboze uthi lwezibani, nezibani zalo, izindlawu zalo, izitsha zalo zomlotha, nazo zonke izitsha zamafutha abazisebenzisa kulo;

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

“Bayakuthabatha indwangu eluhlaza, balusibekele uthi lwezibani, nezibani zalo, nezizenze zalo, nezitsha zalo zomlotha, nezitsha zonke zalo zamafutha abakhonza ngazo kulo;

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Bayakuthatha indwangu ebubende bamboze uthi lwesibani lwesibani, nezibani zalo, nezindlawu zalo, nezitsha zalo, nezitsha zalo zamafutha abakhonza ngazo kulo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 4:9
8 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Izwi lakho liyisibani ezinyaweni zami nokukhanya endleleni yami.


bayakulufaka nezinto zalo zonke esikhumbeni samahlengethwa, bese bekubeka konke ohlakeni.


Bayakwendlala phezu kwazo indwangu ebomvu, bayemboze ngesikhumba samahlengethwa, bese befaka izingongolo zalo.


Umuntu akasokheli isibani asibeke phansi kwesitsha, kodwa usifaka othini ukuze sibakhanyisele bonke abasendlini.


Imfihlakalo yezinkanyezi eziyisikhombisa ozibonileyo esandleni sami sokunene, nezinti zegolide zezibani eziyisikhombisa, yile: izinkanyezi eziyisikhombisa yizingelosi zamabandla ayisikhombisa, kuthi izinti zegolide zezibani eziyisikhombisa zingamabandla ayisikhombisa.”