Inani labo bonke abesilisa ababalwa, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-6 200.
UNumeri 4:44 - IsiZulu 2020 labo ababalwayo kubo ngemindeni yabo, babeyizi-3 200. IBHAYIBHELI ELINGCWELE labo ababalwayo kubo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezintathu namakhulu amabili. Contemporary Zulu Bible 2024 labo ababalwayo ngemindeni yabo babe yizinkulungwane ezintathu namakhulu amabili. |
Inani labo bonke abesilisa ababalwa, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-6 200.
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,
Yilabo ababalwayo, bemindeni yozalo lukaMerari, ababalwa nguMose no-Aroni njengokusho kukaSimakade ngesandla sikaMose.
Anifikelwanga ngukulingwa okungenjengokwamuntu, kodwa uNkulunkulu uthembekile, akayukuvuma ukuba nilingwe ngokungaphezu kwamandla enu. Kepha kuyakuthi lapho nilingwa, anenze nibe namandla okuphunyuka, nibe namandla okubekezela.
Imigoqo yakho ingeyensimbi nethusi, njengoba zinjalo izinsuku zakho; ayoba njalo namandla akho.’