Ukubalwa kwabaphristi kwakuya ngokwezindlu zoyise; abaLevi babebhalwa kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, ngokwemisebenzi yabo nezigaba zabo.
UNumeri 4:38 - IsiZulu 2020 Labo ababalwayo bozalo lukaGereshoni ngemindeni yabo nangezindlu zokhokho babo, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Labo ababalwayo bamadodana kaGereshoni ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise, Contemporary Zulu Bible 2024 Labo ababalwayo bamadodana kaGereshoni ngemindeni yawo nangezindlu zawoyise; |
Ukubalwa kwabaphristi kwakuya ngokwezindlu zoyise; abaLevi babebhalwa kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, ngokwemisebenzi yabo nezigaba zabo.
Inani labo bonke abesilisa ababalwayo, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-7 500.
Yilabo ababalwayo, bemindeni yamaKhohathi, bonke abakhonza ethendeni lokuhlangana, ababalwa nguMose no-Aroni njengesiyalezo sikaSimakade ngesandla sikaMose.
kusukela kwabaneminyaka engama-30 kuze kube kwabaneminyaka engama-50, bonke abangena emsebenzini wokukhonza ethendeni lokuhlangana,