amakhethini asegcekeni, isihenqo somnyango wesango legceke elingasethabanakelini nase-althare nxazonke, izintambo zalo, nayo yonke impahla abayisebenzisayo; bayokwenza konke okudinga ukwenziwa maqondana nabo.
UNumeri 4:27 - IsiZulu 2020 Yonke imisebenzi yabozalo lwamaGerishoni nakho konke abakwenzayo nabayokwenza, kuyoya njengokuyala kuka-Aroni namadodana akhe, bayakuwamisela imisebenzi okumele ayenze. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ngesiyalezo sika-Aroni nangesamadodana akhe uyakwenziwa wonke umsebenzi wamadodana amaGereshoni emithwalweni yawo yonke nasemisebenzini yawo yonke; niwamisele yonke imithwalo yawo ezakugcinwa yiwo. Contemporary Zulu Bible 2024 Ngokumisa kuka-Aroni namadodana akhe, yonke inkonzo yamadodana amaGereshoni iyakuba kuyo yonke imithwalo yawo nakuyo yonke inkonzo yawo; |
amakhethini asegcekeni, isihenqo somnyango wesango legceke elingasethabanakelini nase-althare nxazonke, izintambo zalo, nayo yonke impahla abayisebenzisayo; bayokwenza konke okudinga ukwenziwa maqondana nabo.
Yilowo umsebenzi wemindeni yabozalo lwamaGereshoni ethendeni lokuhlangana, ebayakuyigcina phansi kwesandla sika-Ithamari, indodana ka-Aroni umphristi.
njengalokhu yakhuluma ngomlomo wabaphrofethi bayo abangcwele selokhu kwadabuka umhlaba,
Ngiyanibonga, ngokuba ningikhumbula ezintweni zonke, futhi nibambelele emfundisweni engayedlulisela kini.