Maqondana negazi lenu okukulo ukuphila, ngiyakuliphindiselela kuzo zonke izilwane ngisho noma nibulalane nodwa.
UNumeri 35:17 - IsiZulu 2020 Uma emshaya ngetshe aliphethe ngesandla, aze afe, ungumbulali; umbulali uyobulawa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Uma emshaya ngetshe elisesandleni sakhe, umuntu angafa ngalo, aze afe, ungumbulali; umbulali wobulawa nokubulawa. Contemporary Zulu Bible 2024 Uma emshaya ngokujikijela ngetshe angafa ngalo, aze afe, ungumbulali; umbulali wobulawa nokubulawa. |
Maqondana negazi lenu okukulo ukuphila, ngiyakuliphindiselela kuzo zonke izilwane ngisho noma nibulalane nodwa.
“Nxa abantu belwa, omunye ashaye umakhelwane wakhe ngetshe noma ngenqindi, angafi, kepha alale embhedeni,
Ngiyakukwehlulela ngesehlulelo seziphingikazi nesabachithi begazi, ngehlisele phezu kwakho igazi lolaka nomhawu.
Uma ephethe isikhali sokhuni amshaye ngaso, aze afe, ungumbulali; umbulali uyobulawa.
“ ‘Aniyukuthatha nhlawulo ukuze nisindise umbulali onecala okufanele afe ngenxa yalo, umbulali kufanele abulawe.