Emadodaneni kaJosefa: esizwaneni sabozalo lukaManase: ngumholi uHaniyeli, indodana ka-Efodi.
Kubantwana bakwaJosefa: esizweni sabantwana bakwaManase: yisikhulu uHaniyeli indodana ka-Efodi.
Isikhulu sabantwana bakwaJosefa, esizweni sabantwana bakwaManase, singuHaniyeli indodana ka-Efodi.
Esizwaneni sabozalo lukaDani: ngumholi uBhuki, indodana kaJogili.
Esizwaneni sabozalo luka-Efrayimi: ngumholi uKemuweli, indodana kaShifethani.