“Khuluma nabantu bakwa-Israyeli ukuze babuyele emuva, bayokanisa phambi kwePhi Hahirothi, phakathi kweMigidoli nolwandle, phambi kweBhali Zefoni; bakanise ngasolwandle babhekane nalo.
UNumeri 33:8 - IsiZulu 2020 Basuka eHahirothi, badabula phakathi kolwandle, baya ehlane. Bahamba ibanga lezinsuku ezintathu ehlane i-Ethamu, bakanisa eMara. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka eHahiroti, badabula phakathi kolwandle, baya ehlane, bahamba ibanga lezinsuku ezintathu ehlane lase-Etamu, bamisa eMara. Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka ePihagiroti, badabula ulwandle, baya ehlane, bahamba ibanga lezinsuku ezintathu ehlane lase-Etamu, bamisa eMara. |
“Khuluma nabantu bakwa-Israyeli ukuze babuyele emuva, bayokanisa phambi kwePhi Hahirothi, phakathi kweMigidoli nolwandle, phambi kweBhali Zefoni; bakanise ngasolwandle babhekane nalo.