UNumeri 33:7 - IsiZulu 2020 Basuka e-Ethamu, babuyela ePhi Hahirothi elingaphambi kweBhali Zefoni; bakanisa phambi kweMigidoli. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka e-Etamu, babuyela ePhi Hahiroti elingaphambi kweBali Sefoni; bamisa phambi kweMigidoli. Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka e-Etamu, babuyela ePhi-Hagiroti elingaphambi kweBali Sefoni, bamisa phambi kweMigidoli. |
“Khuluma nabantu bakwa-Israyeli ukuze babuyele emuva, bayokanisa phambi kwePhi Hahirothi, phakathi kweMigidoli nolwandle, phambi kweBhali Zefoni; bakanise ngasolwandle babhekane nalo.
AbaseGibhithe babalandela ngamahhashi, nezinqola zempi zikaFaro, nempi yakhe, babafica bekanise ngasolwandle ePhi Hahirothi, phambi kweBhali Zefoni.
Basuka eHahirothi, badabula phakathi kolwandle, baya ehlane. Bahamba ibanga lezinsuku ezintathu ehlane i-Ethamu, bakanisa eMara.