Wabuya uRabi Shake, wafumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibhina, ngokuba wayezwile ukuthi isukile eLakhishi.
UNumeri 33:20 - IsiZulu 2020 Basuka eRimoni Pherezi, bakanisa eLibhina. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Basuka eRimoni Pheresi, bamisa eLibina. Contemporary Zulu Bible 2024 Basuka eRimoni-Pharesi bamisa inkamba eLibina. |
Wabuya uRabi Shake, wafumana inkosi yase-Asiriya ilwa neLibhina, ngokuba wayezwile ukuthi isukile eLakhishi.
UMose wawathumela empini, inkulungwane ivela kuleso naleso sizwana kanye noFinehasi, indodana ka-Eleyazare, umphristi, ephethe ngesandla izitsha zendawo engcwele namacilongo okuhlaba umkhosi.
Lawa ngamazwi uMose awakhuluma kubo bonke abakwa-Israyeli phesheya kweJordani, ehlane i-Araba, maqondana neSufi, phakathi kwePharanu, iThofeli, iLabhani, iHazerothi, neDi Zahabhi.
UJoshuwa wasuka eMakheda nabo bonke abakwa-Israyeli, baya eLibhina, balwa nalo.