UNumeri 32:31 - IsiZulu 2020 Abozalo lukaGadi nabolukaRubeni baphendula, bathi: “Kuyoba njengalokhu uSimakade eshilo kuzo izinceku zakho, siyokwenza kanjalo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abantwana bakwaGadi nabantwana bakwaRubeni baphendula bathi: “Njengalokho uJehova eshilo kuzo izinceku zakho, siyakwenze njalo. Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bakoGadi labantwana bakoRubeni basebephendula bathi: Njengoba iN kosi itshilo ezincekwini zakho, sizakwenza njalo. |
Siyakuwela sihlomile phambi kukaSimakade, siye eKhanani, nokho izwe eliyifa lethu liyosala lingelethu ngaphesheya kweJordani.”
Bamphendula uJoshuwa bathi: “Konke lokho osiyale ngakho sizokwenza, futhi noma kuphi lapho usithuma khona siyakuya.