Abozalo lukaGadi nabolukaRubeni bakhuluma kuMose, bathi: “Izinceku zakho ziyokwenza njengalokhu inkosi yami iyala.
UNumeri 32:26 - IsiZulu 2020 Izingane zethu nomkethu nemfuyo yethu kuyohlala lapho emizini yakwaGileyadi, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abancane bethu, nawomkethu, nezimvu zethu, nazo zonke izinkomo zethu kuyakuba lapho emizini yakwaGileyadi, Contemporary Zulu Bible 2024 Abantwana bethu, labesifazana bethu, lemihlambi yethu lemfuyo yethu yonke kuzakuba lapho emadolobheni akoGileyadi. |
Abozalo lukaGadi nabolukaRubeni bakhuluma kuMose, bathi: “Izinceku zakho ziyokwenza njengalokhu inkosi yami iyala.
Kuyosala omkenu, izingane zenu, nemfuyo yenu kuphela, ngiyazi ukuthi ninemfuyo eningi; konke kuyosala emizini yenu engininike yona.
Omkenu nabantwana benu nemfuyo yenu kuyakusala ezweni uMose aninika lona, elingaphesheya kweJordani. Kepha nina niyakuwela nihlomile phambi kwabafowenu, nonke nina maqhawe anamandla niyakubasiza,
Ngakho-ke abozalo lukaRubeni nabolukaGadi nengxenye yesizwana sakwaManase babuyela emakhaya, behlukana nabanye bakwa-Israyeli eShilo, eKhanani, ukuba babuyele kwaGileyadi, ezweni labo ababelidle laba yisabelo sabo njengokuyala kukaSimakade ngoMose.