izimbongolo eziyizi-30 500, intela kaSimakade kungezingama-61.
Izimbongolo zaziyizinkulungwane ezingamashumi amathathu namakhulu ayisihlanu, intela kaJehova kuzo ingamashumi ayisithupha nanye.
Izimbongolo yizinkulungwane ezingamashumi amathathu namakhulu amahlanu; kuzo intela kaJehova yayingamashumi ayisithupha nanye.
Izinkomo eziyizi-36 000, intela kaSimakade kungezingama-72,
Abantu baba yizi-16 000, intela kaSimakade kungabantu abangama-32.