Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 30:16 - IsiZulu 2020

Yilezo izimiso, uSimakade ayala ngazo uMose, eziyoba phakathi kwendoda nomkayo, uyise nendodakazi engaganile esahlala kubo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Yilezo izimiso uJehova ayala ngazo uMose phakathi kwendoda nomkayo, naphakathi kukayise nendodakazi yakhe isentsha endlini kayise.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Lezi ziyizimiso uJehova ayala ngazo uMose phakathi kwendoda nomkayo, phakathi kukayise nendodakazi yakhe isebusheni bayo endlini kayise.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 30:16
7 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Lena yindlela yomthetho eyakulandelwa esifeni sochoko engutsheni yoboya bezimvu noma kweyelineni noma ezintanjeni eziqondileyo noma kwezinqamulayo noma entweni yesikhumba, ukumemezela ukuthi kuhlambulukile noma kungcolile.


Kepha uma izenze ize mhla izwa ngazo, iyolithwala icala lakhe.’ ”


USimakade wakhuluma kuMose, wathi: