Amadodana kaMerari: nguMaheli noMushi. Amadodana kaMaheli: ngu-Eleyazare noKhishi.
UNumeri 3:33 - IsiZulu 2020 KuMerari kwavela le mindeni: okaMaheli nokaMushi. Lena kwakuyimindeni kaMerari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE KwaMerari kwavela umndeni wamaMaheli nomndeni wamaMushi; yileyo eyimindeni yamaMerari. Contemporary Zulu Bible 2024 KwaMerari kwavela umndeni wakwaMagili nomndeni wamaMushi; lezi ziyizizukulwane zikaMerari. |
Amadodana kaMerari: nguMaheli noMushi. Amadodana kaMaheli: ngu-Eleyazare noKhishi.
Amadodana kaMerari: nguMaheli noMushi. Nansi imindeni yabaLevi ngokokhokho babo:
Nansi imindeni yabaLevi: umndeni wabakwaLibhini, umndeni wabakwaHebhroni, umndeni wabakwaMaheli, umndeni wabakwaMushi, nomndeni wabakwaKhora. UKhohathi wazala u-Amramu.
Amadodana kaMerari ngemindeni yawo: uMaheli noMushi. Leyo yimindeni yabaLevi ngezindlu zokhokho babo.
U-Eleyazare, indodana ka-Aroni, umphristi uyokwengamela abaLevi, abheke abenza imisebenzi endaweni engcwele.
Inani labo bonke abesilisa ababalwa, kusukela konenyanga kuya phezulu, babeyizi-6 200.