Uyakuphuma aye e-althare eliphambi kukaSimakade, alenzele ukubuyisana. Uyothatha igazi lenkunzi nelempongo, alibhece ezimpondweni ze-althare nxazonke.
UNumeri 28:22 - IsiZulu 2020 nempongo ibe ngumnikelo wesono, ukunenzela ukubuyisana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE nempongo ibe nye, ibe ngumnikelo wesono, ukunenzela ukubuyisana; Contemporary Zulu Bible 2024 Nembuzi eyodwa ibe ngumnikelo wesono wokunenzela ukubuyisana. |
Uyakuphuma aye e-althare eliphambi kukaSimakade, alenzele ukubuyisana. Uyothatha igazi lenkunzi nelempongo, alibhece ezimpondweni ze-althare nxazonke.
Phela lokho okwakwehlula umthetho, ngokuba inyama yemvelo iwuthene amandla, uNkulunkulu wakwenza ngokuthumela iNdodana yakhe inesimo somzimba wesono, ukuze ibhekane ngqo nesono, sinqotshwe isono enyameni,
Kepha lapho sesifikile isikhathi esimisiweyo, uNkulunkulu wathumela iNdodana yakhe, eyazalwa ngowesifazane, izelwe phansi komthetho,