uma kwenzeka laba abangama-50 abalungileyo behle ngabahlanu, usengawubhubhisa yini wonke umuzi ngenxa yabahlanu ababi na?” USimakade wathi: “Uma ngithola abangama-45 angiyukuwubhubhisa.”
UNumeri 26:50 - IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni kaNafethali, ababalwayo babeyizi-45 400. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni kaNafetali ngemindeni yayo; ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane nanhlanu namakhulu amane. Contemporary Zulu Bible 2024 Yileyo eyimindeni yakwaNafetali ngokwemizalwane yabo; ababalwayo kubo baba ngamashumi amane anamahlanu amawaka, anamakhulu mane. |
uma kwenzeka laba abangama-50 abalungileyo behle ngabahlanu, usengawubhubhisa yini wonke umuzi ngenxa yabahlanu ababi na?” USimakade wathi: “Uma ngithola abangama-45 angiyukuwubhubhisa.”