Abozalo lukaDani ngemindeni yabo yilaba: kuShuhamu: ngumndeni wabakwaShuhamu. Yileyo-ke imindeni kaDani.
UNumeri 26:43 - IsiZulu 2020 Bonke ababeyimindeni yabakwaShuhamu ababalwayo babeyizi-64 400. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yonke imindeni yabakwaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane. Contemporary Zulu Bible 2024 Yonke imindeni yamaShuhamu ngokwababalwayo kubo yayiyizinkulungwane ezingamashumi ayisithupha nane namakhulu amane. |
Abozalo lukaDani ngemindeni yabo yilaba: kuShuhamu: ngumndeni wabakwaShuhamu. Yileyo-ke imindeni kaDani.