Nanka amagama abakwa-Israyeli abahamba baya eGibhithe noJakobe nesizukulwane sakhe: uRubeni, izibulo lakhe,
UNumeri 26:4 - IsiZulu 2020 “Balani bonke abaneminyaka engama-20 kuya phezulu, abaphuma eGibhithe njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose nabantu bakwa-Israyeli.” Nampa-ke abakwa-Israyeli abaphuma eGibhithe: IBHAYIBHELI ELINGCWELE “Yebo, bona abaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, njengalokho uJehova eyalile uMose nabantwana bakwa-Israyeli abaphuma ezweni laseGibithe.” Contemporary Zulu Bible 2024 Bala inani labantu, kusukela koneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu; njengalokho uJehova emyalile uMose nabantwana bakwa-Israyeli, abaphuma ezweni laseGibithe. |
Nanka amagama abakwa-Israyeli abahamba baya eGibhithe noJakobe nesizukulwane sakhe: uRubeni, izibulo lakhe,
Ngalolo lusuku uSimakade wabakhipha abantu bakwa-Israyeli eGibhithe ngamaviyo abo.
Ngosuku lokuqala lwenyanga yesibili ngonyaka, wesibili abakwa-Israyeli bephumile eGibhithe, uSimakade wakhuluma kuMose ehlane iSinayi ethendeni lokuhlangana, wathi:
UMose no-Eleyazare, umphristi, bakhuluma nabakwa-Israyeli emathafeni kwaMowabi ngaseJordani, phesheya kweJerikho, bathi:
URubeni, izibulo lika-Israyeli: abozalo lukaRubeni: kuHanokhi: ngumndeni wabakwaHanokhi; kuPhalu: ngumndeni wabakwaPhalu;