UNumeri 26:37 - IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni yabozalo luka-Efrayimi, ababalwayo babeyizi-32 500. Lebo kwakungabozalo lukaJosefa ngemindeni yabo. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni yamadodana ka-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu ayisihlanu. Lawo angamadodana kaJosefa ngemindeni yawo. Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizizukulwane zabantwana bakwa-Efrayimi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amathathu nambili namakhulu amahlanu. Lawa angamadodana kaJosefa ngezizukulwane zawo. |
Abozalo lukaBhenjamini ngemindeni yabo yilaba: kuBhela: ngumndeni wabakwaBhela; ku-Ashibheli: ngumndeni wabakwa-Ashibheli; ku-Ahiramu: ngumndeni wabakwa-Ahiramu;