Abozalo lukaJosefa, okungukuthi uzalo lwabakwa-Efrayimi, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20, bonke abangaphuma impi:
UNumeri 26:35 - IsiZulu 2020 Abozalo luka-Efrayimi ngemindeni yabo yilaba: kuShuthela: ngumndeni wabakwaShuthela; kuBhekheri: ngumndeni wabakwaBhekheri; kuThahani: ngumndeni wabakwaThahani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lawa angamadodana ka-Efrayimi ngemindeni yawo: kwaShuthela: ngumndeni wakwaShuthela; kwaBekeri: ngumndeni wakwaBekeri; kwaThahani: ngumndeni wakwaThahani. Contemporary Zulu Bible 2024 Lawa angamadodana ka-Efrayimi ngemindeni yawo: kwaSutela: ngumndeni wakwaSutela; kwaBegeri umndeni wakwaBhakri; kwaThahani: ngumndeni wakwaThahani. |
Abozalo lukaJosefa, okungukuthi uzalo lwabakwa-Efrayimi, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20, bonke abangaphuma impi: