Ingelosi engihlenge ezingozini zonke, makabusise laba bafana, ukuze ngabo igama lami nelokhokho bami o-Abhrahama no-Isaka lichume njalo. Sengathi banganda babe baningi emhlabeni.”
UNumeri 26:34 - IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni kaManase, ababalwayo babeyizi-52 700. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni kaManase; ababalwayo kubo babeyizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nambili namakhulu ayisikhombisa. Contemporary Zulu Bible 2024 Lezi ziyizizukulwane zikaManase, ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nambili namakhulu ayisikhombisa. |
Ingelosi engihlenge ezingozini zonke, makabusise laba bafana, ukuze ngabo igama lami nelokhokho bami o-Abhrahama no-Isaka lichume njalo. Sengathi banganda babe baningi emhlabeni.”
Abozalo luka-Efrayimi ngemindeni yabo yilaba: kuShuthela: ngumndeni wabakwaShuthela; kuBhekheri: ngumndeni wabakwaBhekheri; kuThahani: ngumndeni wabakwaThahani.