ku-Asiriyeli: ngumndeni wabakwa-Asiriyeli; kuShekhemi: ngumndeni wabakwaShekhemi;
UNumeri 26:32 - IsiZulu 2020 kuShemida: ngumndeni wabakwaShemida; kuHeferi: ngumndeni wabakwaHeferi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE kwaShemida: ngumndeni wakwaShemida; kwaHeferi: ngumndeni wakwaHeferi. Contemporary Zulu Bible 2024 kwaSemida: ngumndeni wakwaSemida; kuHeferi umndeni wakwaHeferi. |
ku-Asiriyeli: ngumndeni wabakwa-Asiriyeli; kuShekhemi: ngumndeni wabakwaShekhemi;
UZelofehadi, indodana kaHeferi, wayengenamadodana enamadodakazi wodwa. Amagama amadodakazi kaZelofehadi yilawa: kwakunguMahela, uNowa, uHogila, uMilikha noThiriza.
Abozalo lukaManase bonke banikwa isabelo sabo ngokwemindeni yabo: abozalo luka-Abhiyezeri, abolukaHelekhi, aboluka-Asiriyeli, abolukaShekhemu, abolukaHeferi, nabolukaShemida; bonke laba babengabozalo lukaManase indodana kaJosefa; ngokwemindeni yabo.