Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
UNumeri 26:19 - IsiZulu 2020 Amadodana kaJuda: u-Eri no-Onani. U-Eri no-Onani bafela eKhanani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Amadodana kaJuda: ngo-Eri no-Onani; o-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. Contemporary Zulu Bible 2024 Oonyana bakaJuda ngu-Eri no-Onani; u-Eri no-Onani bafela ezweni laseKhanani. |
Amadodana kaJuda kungu-Eri, u-Onani, uShela, uPherezi, noZera. Kuwona u-Eri, no-Onani bafela eKhanani. Amadodana kaPherezi: kwakunguHezironi noHamuli.
Abozalo lukaJuda, ngokolibo lwemindeni yabo nangezindlu zawoyise njengokomumo wamagama, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abangaphuma impi: