Yileyo-ke imindeni yabozalo lukaGadi, ababalwayo babeyizi-40 500.
Yileyo eyimindeni yamadodana kaGadi ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amane namakhulu ayisihlanu.
Lezi ziyizizukulwane zabantwana bakwaGadi, ngokwababalwayo kubo, izinkulungwane ezingamashumi amane namakhulu amahlanu.
ku-Arodi: ngumndeni wabakwa-Arodi; ku-Areli: ngumndeni wabakwa-Areli.