Igama lendoda yakwa-Israyeli eyabulawa nowesifazane wakwaMidiyani, kwakunguZimri kaSalu, isikhulu sendlu yabakwaSimeyoni.
UNumeri 26:14 - IsiZulu 2020 Yileyo-ke imindeni kaSimeyoni, ababalwayo babeyizi-22 200. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili. Contemporary Zulu Bible 2024 Yileyo eyimindeni yabakwaSimeyoni, izinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namakhulu amabili. |
Igama lendoda yakwa-Israyeli eyabulawa nowesifazane wakwaMidiyani, kwakunguZimri kaSalu, isikhulu sendlu yabakwaSimeyoni.
Abozalo lukaGadi ngemindeni yabo yilaba: kuZefoni: ngumndeni wabakwaZefoni; kuHagi: ngumndeni wabakwaHagi; kuShuni: ngumndeni wabakwaShuni;
esizwaneni sakwaSimeyoni beyizi-12 000, esizwaneni sakwaLevi beyizi-12 000, esizwaneni sakwa-Isakhare beyizi-12 000,