USimakade wamnika uBhileyamu okwakufanele akusho kuBhalaki, wathi: “Buyela kuBhalaki ukhulume uthi.”
UNumeri 23:6 - IsiZulu 2020 Waphindela kuBhalaki, wamfica emile eceleni komnikelo wakhe wokushiswa, yena nazo zonke izikhulu zakwaMowabi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Wayesebuyela kuye; bheka, wayemi ngasemnikelweni wokushiswa, yena nazo zonke izikhulu zakwaMowabi. Contemporary Zulu Bible 2024 Wabuyela kuye, bheka, wayemi ngasemnikelweni wakhe wokushiswa, yena nazo zonke izikhulu zakwaMowabi. |
USimakade wamnika uBhileyamu okwakufanele akusho kuBhalaki, wathi: “Buyela kuBhalaki ukhulume uthi.”
UBhileyamu wayesewethula umbiko wakhe, wathi: “UBhalaki ungisuse e-Aramu wangiletha lapha, inkosi yakwaMowabi ngasezintabeni empumalanga. Yathi: ‘Woza, ungiqalekisele uJakobe; woza uzojivaza u-Israyeli.’