USimakade walilalela izwi lika-Israyeli, wanikela kuye amaKhanani, bawaqothula nemizi yawo; igama laleyo ndawo kwathiwa yiHorma.
UNumeri 22:2 - IsiZulu 2020 UBhalaki, indodana kaZiphori, wakubona konke u-Israyeli ayekwenze kuma-Amori. IBHAYIBHELI ELINGCWELE UBalaki indodana kaSipori wabona konke akwenzile u-Israyeli kuwo ama-Amori. Contemporary Zulu Bible 2024 UBalaki indodana kaSipori wakubona konke u-Israyeli akwenza kuma-Amori. |
USimakade walilalela izwi lika-Israyeli, wanikela kuye amaKhanani, bawaqothula nemizi yawo; igama laleyo ndawo kwathiwa yiHorma.
Inkosi uBhalaki, indodana kaZiphori wakwaMowabi, waphuma ukuyolwa no-Israyeli. Wathumela ukuyobiza uBhileyamu indodana kaBheyori ukuba aniqalekise,
Pho wena ungcono yini kunenkosi uBhalaki, indodana kaZiphori wakwaMowabi, na? Wake wabanga yini nabakwa-Israyeli, noma waya empini nabo, na?