UNumeri 2:6 - IsiZulu 2020 ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babeyizi-54 400. IBHAYIBHELI ELINGCWELE ibandla lakhe nalabo ababalwayo kulo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nane namakhulu amane. Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi ayisihlanu nane namakhulu amane. |
Abakanisa eceleni kwakhe kuyakuba yisizwana sakwa-Isakhare. Umholi wabozalo lwabakwa-Isakhare kuyakuba nguNethaneli indodana kaZuwari;
Isizwana sakwaZebuloni: umholi wabozalo lwabakwaZebuloni kungu-Eliyabe indodana kaHeloni;