UNumeri 2:27 - IsiZulu 2020 Abakanisa eceleni kwakhe kwakuyisizwana sakwa-Asheri; umholi wabozalo lwabakwa-Asheri kunguPhagiyeli indodana ka-Okhirani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Abamisa eceleni kwakhe bayakuba yisizwe sakwa-Asheri; isikhulu sabantwana bakwa-Asheri siyakuba nguPagiyeli indodana ka-Okirani. Contemporary Zulu Bible 2024 Abamisa kanye naye bayakuba yisizwe sakwa-Asheri; uPagiyeli indodana ka-Okirani uyakuba ngumbusi phezu kwabantwana bakwa-Asheri. |
Ngosuku lwe-11 kwakunguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani, umholi wabozalo luka-Asheri.
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa nguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani.