UNumeri 2:19 - IsiZulu 2020 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babeyizi-40 500. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane namakhulu ayisihlanu. Contemporary Zulu Bible 2024 Ibandla lakhe nalabo ababalwayo kubo babe yizinkulungwane ezingamashumi amane namakhulu amahlanu. |
Ibhanela lenkambu yakwa-Efrayimi liyakuba ngasentshonalanga ngamabandla abo; umholo wabozalo lwabakwa-Efrayimi kuyakuba ngu-Elishama indodana ka-Amihudi.
Eceleni kwakhe kuyakuba khona isizwana sakwaManase; umholi wabozalo lwabakaManase kunguGamaliyeli indodana kaPhedazuri.
Yileyo-ke imindeni yabozalo luka-Efrayimi, ababalwayo babeyizi-32 500. Lebo kwakungabozalo lukaJosefa ngemindeni yabo.