Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 19:15 - IsiZulu 2020

Nazo zonke izitsha ezivulekileyo ezingenaso isisibekelo esiboshwe kuzo zingcolile.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Nazo zonke izitsha ezivulekileyo ezingenaso isisibekelo esiboshwe kuzo zingcolile.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Zonke izinto ezivuliwe okungaboshelwa kuzo zingcolile.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 19:15
6 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Konke esiyowela phezu kwakho sesifile kuyakuba ngokungcolileyo, noma ngumuthi, noma yingubo, noma yisikhumba, noma yisaka, noma ngabe yini nje okusetshenzwa ngayo; kuyakufakwa emanzini, kube ngokungcolile kuze kuhlwe; khona kuyakuhlanzeka.


Uma esinye sazo siwela ezitsheni, konke okukuzo kuyoba ngokungcolileyo, niyakusiphahlaza isitsha.


Umphristi uyoyala ukuba kukhishwe okuphakathi endlini ngaphambi kokuba angene ukuyohlola ukuthi sikhona yini isifo, ukuze konke okusendlini kungangcoli, andukuba umphristi angene ukuhlola indlu.


“ ‘Nanku umthetho uma umuntu efela ethendeni: yilowo nalowo ongena ethendeni nalowo osethendeni uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.


“ ‘Yilowo nalowo othinta obulewe ngenkemba endle, noma ozifele nje, noma ithambo lomuntu, noma ithuna, uyakuba ngongcolileyo izinsuku eziyisikhombisa.


Hlambululani zonke izingubo zenu, nakho konke okwenziwe ngesikhumba, nangoboya bezimbuzi noma ngokhuni.”