Wathi u-Arawuna: “Kungani ukuba inkosi yami, inkosi, ize encekwini yayo na?” UDavide wathi: “Ngize ukuzothenga kuwe isibuya, khona ngizokwakhela uSimakade i-althare, ukuze lolu bhubhane lunqamuke kubantu.”
UNumeri 16:44 - IsiZulu 2020 USimakade wakhuluma kuMose, wathi: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: |
Wathi u-Arawuna: “Kungani ukuba inkosi yami, inkosi, ize encekwini yayo na?” UDavide wathi: “Ngize ukuzothenga kuwe isibuya, khona ngizokwakhela uSimakade i-althare, ukuze lolu bhubhane lunqamuke kubantu.”
Kepha Yena waba nobubele, wabathethelela ububi babo, akaze ababhubhisa, yebo, wazibamba kaningi olakeni lwakhe, wangayikhiphela kubo yonke intukuthelo yakhe.
“Khuphuka, uqhele phakathi kwale nhlangano ukuze ngiyibhubhise ngokuphazima kweso.” Bawa ngobuso babo.