Kwathi inhlangano isibavukela oMose no-Aroni, babheka ngasethendeni lokuhlangana. Bheka, ifu lalisibekela, inkazimulo kaSimakade yabonakala kulo.
UNumeri 16:43 - IsiZulu 2020 UMose no-Aroni beza ngaphambi kwethende lokuhlangana. IBHAYIBHELI ELINGCWELE OMose no-Aroni bafika ngaphambi kwetende lokuhlangana. Contemporary Zulu Bible 2024 OMose no-Aroni beza phambi kwetende lokuhlangana. |
Kwathi inhlangano isibavukela oMose no-Aroni, babheka ngasethendeni lokuhlangana. Bheka, ifu lalisibekela, inkazimulo kaSimakade yabonakala kulo.
U-Aroni wabuyela kuMose ngasemnyango wethende lokuhlangana; lwaselunqamukile ubhubhane.