Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 16:27 - IsiZulu 2020

Base bekhuphuka ngasemathendeni oKhora noDathani no-Abhiramu. ODathani no-Abhiramu nomkabo namadodana nezingane zabo, baphuma bama ngasemnyango wamathende abo.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Base bekhuphuka ekamu* likaKora nelikaDathani nelika Abiramu nxazonke; oDathani no-Abiramu baphuma, bema ngasemnyango wamatende abo kanye nawomkabo, namadodana abo, nezingane zabo.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Base benyuka besuka etendeni likaKora, noDathani no-Abiramu nxazonke, oDathani no-Abiramu baphuma bema ngasemnyango wamatende abo, nawomkabo, namadodana abo, nabantwana babo.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 16:27
9 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Uhlakaniphile ngenhliziyo, unamandla amakhulu, ngubani owake wamelana naye, waphumelela na?


Noma nini lapho uMose eya ethendeni, bonke abantu babesukuma, kube yilowo nalowo ame ngasemnyango wethende lakhe, bambuke uMose aze ayongena ethendeni.


Ukuzidla kwendulela ukuwa, nomoya oziqhenyayo wandulela ukubhadazela.


Inhliziyo yomuntu iyaziqhenya ngaphambi kokuba abhujiswe, kanti ukuthobeka kwandulela udumo.


Nina bantu abedelelayo, ababusa abantu baseJerusalema, yizwani izwi likaSimakade,


UKhora, indodana kaJizihari, kaKhohathi kaLevi, ekanye namadodana amabili kaRubeni, uDathani no-Abhiramu, ababezalwa ngu-Eliyabe no-Oni ozalwa nguPhelethi baqoqa amadoda,


Kodwa amadodana kaKhora awafanga.