Inhlangano yonke yamkhiphela ngaphandle kwenkambu, yamkhanda ngamatshe, wafa, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.
UNumeri 15:37 - IsiZulu 2020 USimakade wathi kuMose: IBHAYIBHELI ELINGCWELE UJehova wakhuluma kuMose, wathi: Contemporary Zulu Bible 2024 UJehova wakhuluma kuMose, wathi: |
Inhlangano yonke yamkhiphela ngaphandle kwenkambu, yamkhanda ngamatshe, wafa, njengalokhu uSimakade ayemyalile uMose.
“Khuluma kubantu bakwa-Israyeli, ubatshele ukuba bazenzele insephe emiphethweni yezingubo zabo ezizukulwaneni zabo, nokuba babeke igoda eliluhlaza okwesibhakabhaka ngasemiphethweni yensephe.
Kwathi noma kuphi lapho engena khona, emizaneni, emizini, nasemakhaya, babeke abagulayo ezigcawini, bamncenge ukuba bathinte noma umphetho wengubo yakhe kuphela; bonke abamthintayo baphiliswa.