Internet tuqin Biblia

Anuncios ukanaka


Taqi biblia Nayra Testamento Machaq Testamento




UNumeri 15:34 - IsiZulu 2020

Bamshiya evalelwe ngoba kwakungakanqunywa ukuthi kuzokwenziwani ngaye.

Uka jalj uñjjattʼäta

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

Bambeka ukuba alindwe, ngokuba kwakungakanqunywa ukuthi kuyakwenziwani kuye.

Uka jalj uñjjattʼäta

Contemporary Zulu Bible 2024

Basebemfaka esitokisini, ngoba bekungakamemezelwa okuzakwenziwa ngaye.

Uka jalj uñjjattʼäta



UNumeri 15:34
5 Jak'a apnaqawi uñst'ayäwi  

Umukhwe kaMose wakubona konke lokhu ayekwenzela abantu, wathi kuye: “Kuyini lokhu obenzela khona abantu na? Kungani uhlale wedwa, uzungezwe ngabantu kusukela ekuseni kuze kuhlwe na?”


UMose wathi kumukhwe wakhe: “Kungokuba abantu beza kimi ukuzobuza okushiwo nguNkulunkulu.


Bayifaka ejele kuze kuphume isinqumo sikaSimakade ukuthi benzenjani ngayo.


Labo abamfumana etheza izinkuni, bamletha kuMose no-Aroni nakuyo yonke inhlangano.


UMose wathi kubo: “Yimani, ukuze ngizwe ukuthi uSimakade uyakuyala athini ngani.”