UNumeri 13:9 - IsiZulu 2020 Owesizwana sakwaBhenjamini: nguPhaliti, indodana kaRafu. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Owesizwe sakwaBenjamini: uPaliti indodana kaRafu. Contemporary Zulu Bible 2024 Owesizwe sakwaBenjamini: uPhaliti indodana kaRafu. |
Qinani, nime isibindi, ningesabi, ningashaywa luvalo ngabo, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho nguyena ohamba nawe; akayukukulahla, akayukukushiya.”
USimakade nguye ohamba phambi kwakho; uyakuba nawe; akayukukulahla, akushiye; ungesabi, ungashaywa luvalo.”
ungazesabi, kodwa khumbula lokho uSimakade uNkulunkulu wakho akwenza kuFaro nakulo lonke iGibhithe:
Ngalokho-ke ungazesabi, ngokuba uSimakade uNkulunkulu wakho, uNkulunkulu omkhulu nowesabekayo, uphakathi kwakho.