Bafika esigodini i-Eshikholi, banquma lapho igatsha elinehlukuzo lamagilebhisi, balithwala ngogongolo phakathi kwababili, namahananadi namakhiwane.
UNumeri 13:24 - IsiZulu 2020 Leyo ndawo yabizwa ngokuthi yisigodi i-Eshikholi ngenxa yehlukuzo abantu bakwa-Israyeli abalinquma lapho. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Leyo ndawo yathiwa isiGodi sase-Eshikoli* ngenxa yehlukuzo abantwana bakwa-Israyeli abalinquma khona. Contemporary Zulu Bible 2024 Le ndawo yabizwa ngokuthi isifufula sase-Eshikoli ngenxa yesithunjana sezithelo zomvini abantwana bakwa-Israyeli ababesinqumile lapho. |
Bafika esigodini i-Eshikholi, banquma lapho igatsha elinehlukuzo lamagilebhisi, balithwala ngogongolo phakathi kwababili, namahananadi namakhiwane.
Ekukhuphukeni kwabo beya esigodini i-Eshikholi balibona izwe, babathena amandla abakwa-Israyeli ukuba bangangeni ezweni uSimakade abanike lona.