ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabo, wazibulala iziqhwaga, waziqumba phansi izinsizwa zakwa-Israyeli.
UNumeri 11:34 - IsiZulu 2020 Igama laleyo ndawo kwathiwa yiKibhirothi Hathawa, ngokuba kwangcwatshwa lapho labo ababenenkwankwa. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Igama laleyo ndawo laqanjwa ngokuthi iKibiroti Hathawa,* ngokuba bambela abantu abafisayo. Contemporary Zulu Bible 2024 Wabiza leyondawo ngokuthi iKibrothathava, ngokuba bambela khona izinkanuko. |
ulaka lukaNkulunkulu lwehlela phezu kwabo, wazibulala iziqhwaga, waziqumba phansi izinsizwa zakwa-Israyeli.
Lezo zinto zenzeka ukuze zibe yisibonelo kithi, ukuze singafisi okubi, njengokuba bona bakufisa.