Ngaleso sikhathi wakhuluma ngombono kwabethembekileyo bakho, wathi: “Ngimsizile onamandla, ngimphakamisile okhethwe phakathi kwabantu.
UNumeri 11:14 - IsiZulu 2020 Mina ngokwami, angikwazi ukubathwala bonke laba bantu, ngokuba bayangisinda. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Anginakuthwala bonke laba bantu ngedwa, ngokuba kuyangisinda. Contemporary Zulu Bible 2024 Anginakuthwala bonke laba bantu ngedwa, ngokuba kuyasinda kimi. |
Ngaleso sikhathi wakhuluma ngombono kwabethembekileyo bakho, wathi: “Ngimsizile onamandla, ngimphakamisile okhethwe phakathi kwabantu.
Uzozikhandla uzikhathaze wena nalaba bantu onabo, ngokuba lo msebenzi mkhulu kakhulu kunawe, awunakukwazi ukuwenza uwedwa.
Ngokuba sizalelwe uMntwana, siphiwe iNdodana; umbuso uyokuba semahlombe akhe. IGama lakhe kuyothiwa nguMeluleki omangalisayo, uNkulunkulu onamandla, uYise ongunaphakade, uMbusi wokuthula.
Impela nguyena oyokwakha ithempeli likaSimakade, athwale ubukhosi, ahlale, abuse esihlalweni sakhe sobukhosi, kube khona nomphristi esihlalweni sakhe sobukhosi, kube nokululekana ngokuthula phakathi kwabo bobabili.’
Kwababhubhayo, siyiphunga lokufa kube ngukufa; kodwa kwabasindiswayo, siyiphunga lokuphila kube ngukuphila. Pho ngubani ongakwazi ukwenza lokho na?