Emini wawubahola ngensika yefu, ebusuku ngensika yomlilo eyayibakhanyisela endleleni ababehamba kuyo.”
UNumeri 10:34 - IsiZulu 2020 Ifu likaSimakade laliphezu kwabo emini, lapho besuka enkanjini. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Ifu likaJehova laliphezu kwabo emini, lapho besuka ekamu.* Contemporary Zulu Bible 2024 Ifu leNkosi laliphezu kwabo emini ekuphumeni kwabo ekamu. |
Emini wawubahola ngensika yefu, ebusuku ngensika yomlilo eyayibakhanyisela endleleni ababehamba kuyo.”
“Nokho awubalahlanga ehlane, ngenxa yobubele bakho obukhulu. Emini insika yefu ayiyekanga ukubahola endleleni yabo, nasebusuku insika yomlilo yaqhubeka yabakhanyisela endleleni yabo.
Ngokuba ifu likaSimakade laliba phezu kwethabanakeli emini, kuthi ebusuku kube khona umlilo efini. Bonke abakwa-Israyeli babekubona lokhu kuleyo naleyo ngxenye yohambo lwabo.
Ekusukeni komphongolo, uMose wathi: “Vuka, Simakade; mazihlakazeke izitha zakho; abakuzondayo babaleke phambi kwakho.”