UNumeri 10:26 - IsiZulu 2020 Ibandla lesizwana sabozalo luka-Asheri laliholwa nguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwa-Asheri kwakunguPagiyeli indodana ka-Okirani. Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwa-Asheri kwakunguPagiyeli indodana ka-Okirani. |
Kwase kusuka ibhanela lenkambu yabozalo lukaDani, ngamabandla ayo, lona lalisemva kwazo zonke ezinye izinkambu. Owayelihola kwakungu-Ahiyezeri, indodana ka-Amishadayi.
Ngosuku lwe-11 kwakunguPhagiyeli, indodana ka-Okhirani, umholi wabozalo luka-Asheri.