Kumadodana kaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPhedazuri.
UNumeri 10:23 - IsiZulu 2020 Owayehola isizwana sabantu sabozalo lukaManase kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaManase kwakunguGamaliyeli indodana kaPedasuri. Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaManase kwakunguGamaliyeli indodana kaPedasuri. |
Kumadodana kaJosefa: kwa-Efrayimi: u-Elishama indodana ka-Amihudi; kwaManase: uGamaliyeli indodana kaPhedazuri.
Kwase kusuka ibhanela lenkambu yabozalo luka-Efrayimi, ngamaviyo ayo. Laliholwa ngu-Elishama, indodana ka-Amihudi.
Iqembu lesizwana sabozalo lukaBhenjamini laliholwa ngu-Abhidani indodana kaGideyoni.
Ngosuku lwesishiyagalombili kwakunguGamaliyeli, indodana kaPhedazuri, umholi wabozalo lukaManase.