UNumeri 10:19 - IsiZulu 2020 Phezu kweqembu lesizwana sabozalo lukaSimeyoni kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguShelumiyeli indodana kaSurishadayi. Contemporary Zulu Bible 2024 Phezu kwebandla lesizwe sabantwana bakwaSimeyoni kwakunguSelumiyeli indodana kaSurisadayi. |
Kwase kusuka ibhanela lenkambu yakwaRubeni ngamaqembu ayo. Laliholwa ngu-Elizuri, indodana kaShedewari.
Iqembu lesizwana sabozalo lukaGadi laliholwa ngu-Eliyasafa, indodana kaDehuweli.
Ngosuku lwesihlanu kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi, umholi wabozalo lukaSimeyoni.