UNumeri 10:18 - IsiZulu 2020 Kwase kusuka ibhanela lenkambu yakwaRubeni ngamaqembu ayo. Laliholwa ngu-Elizuri, indodana kaShedewari. IBHAYIBHELI ELINGCWELE Lase lisuka ibhanela* lekamu* likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwalelo bandla kwakungu-Elisuri indodana kaShedewuri. Contemporary Zulu Bible 2024 Lakhuphuka ibhanela lekamu likaRubeni ngamabandla abo; phezu kwebandla lakhe kwakungu-Elisuri indodana kaSeduri; |
Phezu kweqembu lesizwana sabozalo lukaSimeyoni kwakunguShelumiyeli, indodana kaZurishadayi.
Uma senihlaba umkhosi okwesibili izinkambu ezingaseningizimu ziyosuka, ziyohlaba umkhosi ekusukeni kwazo.
Okomhlatshelo weminikelo yokuthula kwakuyilokhu: izinkabi ezimbili, izinqama eziyisihlanu, izimpongo eziyisihlanu, izimvu zamaduna ezinonyaka eziyisihlanu; yilokho-ke okwanikelwa ngu-Elizuri, indodana kaShedewuri.