Yilabo ababalwayo, ababalwa nguMose no-Aroni nabaholi bakwa-Israyeli, bengamadoda ali-12, kwaba yileyo naleyo yamela indlu kakhokho wayo.
UNumeri 1:45 - IsiZulu 2020 Bonke ababalwayo kwabakwa-Israyeli ngezindlu zokhokho babo, kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, bonke abakwa-Israyeli abangaphuma impi, IBHAYIBHELI ELINGCWELE Bonke ababalwayo babantwana bakwa-Israyeli ngezindlu zawoyise kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abakwa-Israyeli abangaphuma impi, Contemporary Zulu Bible 2024 Baba kanjalo bonke ababalwayo babantwana bakwa-Israyeli ngokwezindlu zoyise, kusukela kwabaneminyaka engamashumi amabili kuya phezulu, bonke abangaphuma baye kwa-Israyeli; |
Yilabo ababalwayo, ababalwa nguMose no-Aroni nabaholi bakwa-Israyeli, bengamadoda ali-12, kwaba yileyo naleyo yamela indlu kakhokho wayo.
Izidumbu zenu ziyoba zigingqane kuleli hlane; bonke abantu ababalwayo kusukela kwabaneminyaka engama-20 kuya phezulu, abakhononde ngami,